Zivuke umbhejezana iziboshwa zinikwa i-mash ejele

2016-07-19 13:30

Topeka - Kuqubuke ingxabano ejele ngemuva kokuba iziboshwa zilethelwe isidlo sasemini samazambane acutshiwe, kusho amaphoyisa aseKansas.

Lesi sigameko senzeke ejele laseButler e-El Dorado ngeSonto.

OLUNYE UDABA: Iziboshwa zibulale iphoyisa esitokisini

Iziboshwa ezingu-50 zinqabile ukubuyela ezitokisini zazo ngemuva kwesidlo sasemini ngoba bezinikwe amazambane abuciwe i-mashed potatoe. Lezi ziboshwa zivele zacasuka zawisa amatafula zafutha okokucisha umlilo zephula namakhamera onogada.

Lezi ziboshwa bezidiniwe ngoba zinikwe ukudla okungemnandi. Iziboshwa zigcine sezibuyelile ezitokisini zazo ngemuva kokusatshiswa ngosisi olukhalisa unyembezi.

Akekho olimalile kulesi sigameko esenzeke ngezithuba zabo-12:00 emini kwaze kwashaya izithuba zabo-16:00, kubika iwwww.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.