Basenkantolo 'ababulala' umfowabo kubangwa ifa

2018-01-23 12:34

Johannesburg - Izelamani ezimbili kulindeleke ukuba zivele eNkantolo yeMantshi yaseMbibane eduzane naseSiyabuswa ngoLwesibili ngezinsolo zokubulala umfowazo, kusho amaphoyisa aseMpumalanga.

Lezi zelamani, oneminyaka engu-25 noneminyaka engu-47 ubudala, zisolwa ngokubulala umfowazo oneminyaka engu-36 ubudala kubangwa ifa, kusho uColonel Mtsholi Bhembe.

OLUNYE UDABA:Kuphume isidumbu kugwazana izelamani eNanda

"Kubikwe ukuthi zasola umfowazo ngokuthi nguye ozuze ifa labazali babo. Lokhu, kungokusho kwabo, bamenze isicebi bona bebe behlupheka," kusho uBhembe.

Amaphoyisa akholwa wukuthi lezi zelamani zaya emzini womfowazo, lapho okwaqubuka khona ingxabano.

"Kubikwa ukuthi babe sebeqala bemshaya ngezimpama nangezibhakela kanye nangezitini ngesikhathi esewe phansi," kusho uBhembe.

Laba bobabili kusolwa ukuthi babaleka endaweni yesigameko, umfowabo waphuthunyiswa esibhedlela. Wahlonzwa njengoshonile efika esibhedlela.

 - SowetanLive

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.