Ziyikhalele eqambe amanga ngokuthunjwa nokudlwengulwa

2017-06-08 16:11

Johannesburg - Amaphoyisa asebophe intombazane, 17, eqambe amanga emaphoyisa ngokuthunjwa, ukudlwengulwa nokugcinwa epulazini kanye namanye amantombazane, kusolwa abashushumbisa abantu eMusina, eLimpopo.

Ngesonto eledlule amaphoyisa nabezindaba babika ngomuntu odukile, intombazane eyabuye yatholakala ngokuhamba kwesikhathi.

Ngemuva kokuba le ntombazane iphoswe imibuzo ngamaphoyisa, yavuma ukuthi ibiqamba amanga ngoba ibisaba ukuthi umndeni wayo uzoyijezisa njengoba ibinyamalele isikhathi eside ekhaya.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele oqambe amanga ngokubanjwa inkunzi

Okhulumela amaphoyisa  uMoatshe Ngoepe uthe: "Sibophe intombazane ngokusiqambela amanga. Uzokhumbula ngemininingwane eyakhishwa kanye nezinsiza ezasetshenziswa ukulandela imikhondo esayinikwa yile ntombazane kodwa ekugcioneni sithole ukuthi ibiqamba amanga.

"Siyithwese icala lokuqamba amanga kanti bekulindeleke ukuba ivele namuhle eNkantolo yeMtshi yaseMusina."

 - SABC

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.