Ziyikhalele indoda ebhaxe umkayo ithola ithawula elinesidoda senye indoda

2016-07-05 14:34

Bulawayo - Ziyikhalele indoda ngecala lokuhlukumeza kulandela ukushaya unkosikazi wakhe ngokuzibandakanya ocansini nenye indoda, lokhu kungokusho kwamaphoyisa aseZimbabwe.

URichard Sithole, 42, waseBulawayo uyalelwe ukuba ahlawule imali elinganiselwe kwengu- noma abhadle ejele izinyanga eziyisithupha ngemuva kokuvuma icala lokushaya unkosikazi wakhe uMartha Mutandaguta, 38.

OLUNYE UDABA: Uboshiwe osike imbangi isitho sangasese wasishaya nethoyilethi

Ngokusho kwesisulu, satshela umyeni waso ukuthi asisamthandi sesifuna isoka elisha. Ngesikhathi uSithole efika ekhaya ebuya emsebenzini ngoLwesibili unkosikazi wakhe wayembathe ithawula ekhuluma ocingweni.

Wayebiza indoda ayekhuluma nawo ocingweni ngoSweetie. Ngesikhathi uMutandaguta esebona umyeni wkahe wathuka woma walahla phansi ithawula ayelimbethe.

USithole walicosha ithawula wase ebona isidoda kulo. Usithole wavele wasangana wangenela unkosikazi ngesibhaxu. Lo wesifazane wavuvukala isiphongo wathola amanxeba emhlane, kubika iWorldwierdnews.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.