Ziyikhalele indoda ene-HIV ebizitika ngocansi namantombazane "iwakhulisa"

2016-07-27 10:00

Lilongwe– Amaphoyisa aseMalawi asebophe indoda ene-HIV ebikhokhelwa ukuba izibandakanye ocansini namnantombazane angu-100 njengengxenye yosiko lokuwakhulisa, kusho iziphathimandla ngoLwesibili.

U-Eric Aniva waseNsanje uboshwe ngemuva kokuvuma ukulala namantombazane ngenani elikhihswa yimindeni yawo ngesikhathi ikhuluma nabezindaba.

OLUNYE UDABA: Abazali bakhokhela amadoda ane-HIV ukuthi azitike ngocansi namadodakazi

Lo mkhuba uthatha izinsuku ezintathu  kanti wenziwa enyakathi neMalawi ngamadoda aziwa ngezimpisi ngemvume yabazali noma ecelwe ngabazali ngemuva kokuba engene esikhathini okokuqala.

Kukholakala ukuthi lolu siko luqeqesha amantombazane ukuba abengamakhosikazi aqotho nokuwavikela ezifweni noma okubi okungase kwehlele imindeni yawo noma isigodi.

"UAniva uboshwe ngoMsombuluko ngemuva kokuba ebizelwe ehhovisi lami," kusho uKhomishana wesiFunda uGift Lapozo etshela i-AFP.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.