Zizikhalele izithandani ezitholakale nendathane yezidakamizwa

2017-06-18 08:32

Cape Town – Uphenyo olunzulu luhoelele ekutheni kuboshwe izithandani ezisencane ngemuva kokutholakala kwezidakamizwa ezinhlobonhlobo emzini ose-Oostersee, eParow, kusho amaphoyisa ngoMgqibelo.

Okhulumela amaphoyisa uSergeant Noloyiso Rwexana uthe ngoLwesine, iphoyisa ebelishaya umshoshaphansi yilo elibazisile ngokuphothulwa kokudayiselwana ngezidakamizwa.

“Amaphoyisa abe esenikela kulo muzi, kwatholakala imali abebecushwe ngayo abasolwa kanye nezidakamizwa ezinhlobonhlobo.”

OLUNYE UDABA: Owesilisa uthi wadliswa izidakamizwa wadlwengulwa

URwexana uthe amaphoyisa aseshe lo muzi athola insangu nezidakamizwa okukholakala kuthi umgwinyo. Baphinde bathola ezinye ezaziwa ngele-methadone, magic mushrooms ne-golden teachers.

URwexana uqhube ngokuthi baphinde bathola no-R40 000 obusetshenziselwe ukudoba abasolwa kanye nenye imali okukholakala ukuthi bayithole ngokudayisa izidakamizwa.

Lezi zithandani, zombili ezineminyaka engu-23 ubudala, kulindeleke ukuba zivele eNkantolo yeMantshi yaseParow ngoMsombuluko ngecala lokudayisa izidakamizwa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.