Zizoba nomhlangano neLuthuli House kusasa izithunywa ze-ANC ngolwamavoti

2017-12-21 18:01

Johannesburg – Amalungu e-ANC aqhamuka eLimpopo ayingxenye yezithunywa ezingaphezu kuka-60 okuthiwa amavoti azo awazange abalwe ngesikhathi kuqhubeka ingqungquthela yokuqokwa kobuholi, kulindeleke ukuba ahlangane nezikhulu eLuthuli House ngoLwesihlanu.

Ummeli wala malungu uDexter Selepe utshele iNews24 ngoLwesine ukuthi amakhasimende akhe azohlangana nezikhulu zenhlangano eLuthuli House ngoLwesihlanu ngemuva kokusabisa ngokuthathela izinyatjelo zomthetho i-ANC.

"Into abayifunayo ilula kakhulu. Abakushoyo nje ukuthi bafuna amavoti abo abalwe njengawabanye," kusho uSelepe.

OLUNYE UDABA: Zilokhu zimphike njalo izinto uSenzo Mchunu - Umbiko

NgoLwesithathu, obekungusuku lokugcina lwenkomfa ye-ANC ebibanjelwe eGoli, izithunywa zinikeze i-ANC kuze kube kuphothulwa ingqungquthela ukuba ziphendule ngalesi sikhalazo.

USelepe uthe uzokhuluma namakhasimende akhe ngoLwesine ntambama ngaphambi kokuba kuyiwe kulo mhlangano oseLuthuli House ngoLwesihlanu.

Amakilayenti akhe uthi afuna amavoti awo abalwe, ngethemba lokuthi azokhuphula isibalo samavoti kuguquke imiphumela etshengisa ukwehlulwa kukaSenzo Mchunu ngu-Ace Magashule kwesikaNobhala Jikelele kaKhongolose.

UMagashule wehlule uMchunu ngamavoti angu-24.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.