Zizowushaya kuKhaya Mthethwa nentombi entsha enguzime

2017-11-27 08:00

eGoli - Owawina umncintiswano we-Idols SA kwesizini yesishiyagalombili uKhaya Mthethwa ulungiselela ukuthatha intokazi eyaba nguzime wakuleli uNtando Kunene ngemuva kokujola izinyanga ezintathu

Lokhu kulandela imizamo yakhe engazange iphumelele yokuthatha uNomzamo Mbatha, wabuye wahluleka nakuzakwabo kaMbatha uJessica Nkosi.

Ngokubika kwabephephandaba iSunday World sebezibonile izimemo zomshado wesintu okukholakala ukuthi uzobanjelwa ePiet Retief eMpumalanga ngalo Mgqibelo ozayo.

OLUNYE UDABA:Zimnethile umrepha kwezokuxhumana ngokutusa 'oYellow bone'

Ngokwemibiko evela ezihlotsheni zikaKunene, laba banezinyanga ezintathu bethandana kodwa sebenesikhathi bazana.

“UNtando wasitshela ukuthi uKhaya waqala ukumshela ezinyangeni ezintathu ezedlule,” kusho isihlobo.

Laba abakaze baphumele obala ngokuthandana kwabo kanti uKunene useze wasusa u-Instagram wakhe  osunezithombe ezingale kuka-2000 eziveza ayekwenza kudala.

Abantu bacabanga ukuthi le ntokazi yenze lokhu ukuze ilungiselele impilo entsha nale ndodana kamfundisi njengoba kwaziwa ukuthi naye uKhaya ubheke kwesokuba wuMfundisi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.