Zizowushaya maduze kumculi kamaskandi

2017-06-11 15:19

Durban - Kungenzeka ziwushaye maduze kwisilomo sikamasikandi esidume ngokugida kudilike istage uSgwebo Sentambo ogama lakhe langempela nguVela Khoza.

Ngempelasonto ezayo uSgwebo uzobe eyokhehla enye yezingoduso zakhe uBongiwe Sibisi (25) waseNquthu esigodini iNondweni.

Lezi ndaba ziqinisekiswe nguye uSgwebo kwiLANGA LangeSonto izolo, wathi umcimbi uzobe umkhulu ngoba kunamatekisi azobe esuka eThekwini amanye azosukela eGoli ethwele abantu.

"Siwumndeni sizobe siphethe izipho siyomkhehla umakoti, simupha nezikhafu. Wumcimbi owandulela umshado okungenzeka nawo ubemaduze noma ngingeke ngilusho usuku. Cishe maduze uzothola esinye isimemo sithi ngiyolobola futhi ngoba phela nginezingoduso ezintathu okunguMaZulu umaka Starter pack, uMaSibisi umaka Dubulangembazo noMaSelepe waseNquthu."

OLUNYE UDABA: BUKA: Ukhale izinyembezi ethula okokugcina uhlelo kumabonakude

ILANGA LangeSonto lithinta uBongiwe ukuzwa ngalezi ndaba uthe, "Ngijabule kakhulu. Ngikhuluma nawe nje amabombo siwabhekise emzini kubo kaSggwebo siyolanda umkhonto sibike nesihluthu okuwusiko olwenziwa uma umakoti ezokhehlwa. Angisakwazi nokulinda impelasonto ezayo ngenxa yenjabulo. Umndeni wasemzini nowasekhaya ijabule kakhulu. Intombi azikhohlwe nguSgwebo usethathiwe. Washo uNgizwe Mchunu wathi mina ngiyi-laptop kaSgwebo ngoba ngihlale ngihamba naye".

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.