#ZumaVote: Izithombe zemicimbi eyenzeke eKapa ngaphambi kwevoti

2017-08-08 19:34

Durban - Ixoxwa ngezithombe eyamamashi kanye nezingqungquthela ezibanjwe ngamaqembu ahlukahlukene ngaphambi kokuvotela ukungamethembi uMengameli wezwe.

I-EFF, i-DA, iANC kanye nezinye izinyunyana ziphume ngobuningi bazo befuna ukuxhaswa ngamalungu abo njengoba kungelamanqamu namhlanje.

NoMengemeli Jacob Zuma uzifikele ngokwakhe emhlanganweni wekhokhasi ye-ANC ePhalamende ngoLwesibili ekuseni ngaphambi kokuba kube nevoti lokungamethembi.

UZuma, nobephahlwe ngonogada, usebenzise enye indawo yokungena ePhalamende elidala nalapho amaLungu ePhalamende alinganiselwa ku-249 ebezohlanganela khona ukubhunga ngale siphakamiso.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.